Kule noveli sithola abalingiswa ababhekene nezinselelo ezinzima empilweni: ubuntandane, ukubukelwa phansi, ubugebengu nokuswelakala komsebenzi, imali yokufunda, njalonjalo. Kule ndaba sithola abalingiswa bezabalaza, bephokophelele impumelelo. Abanye sibathola bedlala ngamathuba, begcina bengabanga wutho emphakathini, kokunye bafele emanyaleni. Siyabathola nabalingiswa abanobuntu, uzwelo, ukungabandlululi nokuzimisela ukukhuphula abanye. Konke lokhu kwenza le noveli ihlabahlose, ingabekeki phansi umfundi engasizwanga isiphetho sendaba.
Le noveli yathola uMklomelo wokuqala emcintiswaneni wokubhalwa kwezincwadi owawuhlelwe nguMnyango Wezobuciko, Amasik Nezokuvakasha wesiFundazwe saKwaZulu-Natali ngokubambisana nabashicileli bakwa-Nasou Via Afrika ngonyaka we-2007.

Amandl' Esambane
Amandl' Esambane
Product Details
BN ID: | 2940154559024 |
---|---|
Publisher: | Via Afrika |
Publication date: | 09/20/2017 |
Sold by: | Smashwords |
Format: | eBook |
File size: | 378 KB |
Language: | Zulu |